ISIQGABO ESINAMANDLA ESISEBENZAYO

ISIGQABO SOTHANDO

Wololo! Khubalo lami liyasebenza, wash’umculi wathi ugadla ngekhubalo uyayigcona intombazane. Yilo ke ikhubalo leyinsizwa leli. Ngifuna ungizwe kahle kule ndawo, ikhubalo lezinsizwa leli. Hhayi amabhobhodleyana nabafanyana abancane. Abanye bathi isimonyo abanye bathi isigqabo. Noma ngabe uthi yini kodwa konke kwenza msebenzi munye. Phela kuze kuthiwe ikhubalo lezinsizwa nje engani yizo phela izinsizwa okumele zishele izintombi. Lalisetshenziswa omkhulu nobaba bethu lelikhubalo uma bezicuphile sebebona omame nokhulu beya emfuleni. Awu sukanini madoda, engani phela kwakuseyizinsizwa zangmpela ezaziqamela, hhayi lempicabadala esiyenzeka namuhla.

Izintokazi azisashelwa emfuleni manje, empeleni azisamiswa ngisho endlelni, kungenwa kofacebook, kungenwe kowhats app, phakathi kotwitter, kade sekubuya komixit, kusaywa nako myspace. Ilapho ke intombi isitholakala khona manje. Kusendelwana ama sms. Wake wayizwaphi kodwa leyonto. Zonke lezizinkundla zokuxhumana bezingakhelwe ukuthi akujolwe kuzo. Ewu nkosi yami pho, kuzifanela nokuthela amanzi emhlane wedada nje. Azizwa phela lezizngane. Uthola okuwumfanyana oneminyaka eyishumi nantathu kuya kweyishumi nesikhombisa sekuthwayiza kubheke enyangeni, kuyofuna lona lelikhubalo.

Engani sekubone intombi lapha esikoleni. Hhayi futhi njalo ukuthi kuyadlawa. Cha, uzokunika ke wena okuwumfanyana ngingazi njalo nawe ukuthi ukunika ngaliphi, engani imikhuba yemali. Ukunike, kuye kuyolengane kuyidide ngekhubalo kuyidide ngakhubalo, ivume. Hhayi ungayidabukeli, vele nayo izonakalele nje ngokwayo. Engani yiyo ezobuza umfana kuqala ukuthi akafuni yini ayivakashele. Manyala mani lawa man? Yekani izinto zabantu abadala. Nimitha nje yiyo lemikhuba. Ake ngikhulume ngekhubalo lezinsizwa ke mina. Yilo leli zinkunzi, akudluli lutho. Khetha yena impela lomthandayo, umshaye ngalo avume kungekudala.

Ngiyanicela-ke zinsizwa zakithi, ningalinge nisebenzise lelikhubalo kumuntu eningamuthandi. Indlela elinamandla ngayo lomuntu ozobe ulenzela yena angakuthanda ngokuyiqiniso okusho ukuthi, nawe kumele ebe nothando lweqiniso kuye. Kodwa ngale kwamathandabuzo. Liyasebenza. Zitholele lona namuhla. Abanye bathi isimonyo kulingile, zitholele sona namuhla.

USE THE FORM BELOW TO CONTACT DR. OMAR HUSSEIN FOR ALL YOUR SPELLS.

[column size=”1-2″ style=”0″ last=”0″]

    Your Name (required)

    Your Email (required)

    Tel. # (required)

    Subject

    Your Message


    [/column]
    [column size=”1-2″ style=”0″ last=”1″]
    [spacer size=”10″]

    WhatsApp chat