LOVE SPELLS, HEALING AND ALL OTHER SPELLS|Thursday, October 18, 2018
You are here: Home » imithi yothando

imithi yothando

UKUSEBENZA KWEMITHI YESIZULU

Ukusebenza kwemithi yesizulu yinto ekade yaba khona futhi esazoba khona nje ngisho nangokuhamba kwesikhathi. Ukusetshenziswa kwmithi yesizulu kusho ukuthi sisabambele emasikweni ethu nasesintwini sethu lapho khona izingqinamba zothando nokunye nje okuthinta impilo zazisonjululwa ngokusetshenziswa kwemithi yesizulu esebenzayo. Ukusebenza komuthi kuye kuncike kuloyo muntu owuzobe ewusebenzisa kanye nalowo muntu owumnikazi womuthi esingathi udokotela. Imithi iye ihlukane ke kodwa bengingathanda ukuthi ...Full Article

ISIQGABO ESINAMANDLA ESISEBENZAYO

ISIGQABO SOTHANDO Wololo! Khubalo lami liyasebenza, wash’umculi wathi ugadla ngekhubalo uyayigcona intombazane. Yilo ke ikhubalo leyinsizwa leli. Ngifuna ungizwe kahle kule ndawo, ikhubalo lezinsizwa leli. Hhayi amabhobhodleyana nabafanyana abancane. ...Full Article